Sunday, March 23, 2014
uRadebe nesizumbulu
sokuthukiswa Intumbane
uMnyango Wezolimo nezeMvelo
Kwa-Zulu Natal ngaphansi kobuholi buka Dkt. Meshack Radebe ubekele indawo
yaseNtumbane oPhongolo izizumbulu zemali elinganiselwa ku 13.7 million
wokuthuthukisa indawo yaseNtumbane namaphethelo.
Lokhu kuvele ngesikhathi
uNgqongqoshe uRadebe ehambele leyandawo emveni kokuba iNkosi yakwaMsibi
imumemile ukuba azolalela izidingo ezithinta intuthuko yaloya mphakathi. Inkosi
ikhale ngokubiywa kwesiqiwi iThala Game Reserve kanye nokubiywa kwamasimu,
ukwakhiwa kwamadamu. Emva kokulalela izimfuno zomphakathi uBhungane uthe
uzothumela ithimba elizobhekelela ukuthi izindawo ezidinga ukubiyelwa
zingakanani. Ungqongqoshe uphinde wakhala kakhulu ngamasimu akuleya ndawo
angalinyiwe nathe abantubaseNtumbane kufanele balime umbila obomvu bese
uthunyelwa kwaSouth African Breweries(SAB) njengoba ethe mkhulu umsebenzi
owenzayo ekwakhiweni kotshwala obukhiqizwa uSAB. Okunye uMEC uphakamise
ukwakhiwa kwamahhokwe okuzogcinwa kuwo izinkukhu ezikhiqiza amaqanda. Lokho
okuzokwenza abantu baseNtumbane babe ngosomabhizinisi abaziwayo ekufuduleni
umnotho wendawo. Kanti iMeya yasoPhongolo uKhansela MM Hadebe ikushayele ihlombe
okuphakanyiswe uNgqongqoshe. Imeya ithe kumanje leyandawo imapekethwane ngenxa
yokuthi kufakwa ugesi, kanti awukho namunye umuzi ongeke uwuthole ugesi.
uNgqongqoshe Wezolimo nezeMvelo kwaZulu-Natal uDkt. Meshack Radebe
lapha ubehambisana neMeya yasoPhongolo uKhansela M M Hadebe kuzoguqulwa isimo
saseNtumbane.
Tuesday, February 18, 2014
Mr T.W.Mchunu, MEC for Transport, Community Safety and Liaison Kwazulu - Natal visited the Belgrade
area in Pongola to form Ward Community Safety committees.
He also went to see informal crossing points used by Swazis to South Africa at Mshololo Area without
using a travel document or passport or even using the border.
It was realized that the shocking news was grossly going to affect students living along the borderlines who are attending schools in South Africa.
The MEC suggested that people who were using the informal crossing points will have to get legal documents, passport and study permits for the students and work permits for the working class.
Adults people who utilize the Itshelejuba Hospital must be given a permission to cross.

Friday, February 7, 2014
Thursday, February 6, 2014
Subscribe to:
Posts (Atom)